Abantu abadala bathi isikhathi sakudala sasimnandi kakhulu
uma besiqhathanisa lesikhathi samanje. Futhi bathi zazingekho izigameko ezimbi
ezenzeka namuhla zenkohlakalo. Bathi bona babevunula ngemvunulo yesintu
ngokwezigaba zabo futhi babenzelwa imicimbi noma amasiko umuntu uma esesigabeni
esithize.
No comments:
Post a Comment